Nge-Spotify, kulula ukuthola umculo noma i-podcast efanele yaso sonke isikhathi – efonini yakho, ekhompyutheni yakho, kuthebhulethi nokunye okwengeziwe.
Kukhona izigidi zamathrekhi neziqephu ku-Spotify. Ngakho kungakhathaliseki ukuthi uyashayela, uyajima, osephathini noma uziphumulele, umculo noma i-podcast efanele ihlezi isemachosheni eminwe yakho. Khetha lokho ofuna ukukulalela, noma uvumele i-Spotify ikumangaze.
Ungakwazi futhi ukuphequlula amaqoqo abangane, abaculi, kanye nosaziwayo, noma wenze isiteshi somsakazo futhi uvele nje uhlale unethezeke.
Yenza ingoma yomculo wempilo yakho nge-Spotify. Bhalisa noma lalela mahhala.
I-Spotify USA, Inc. ihlinzeka ngesevisi ye-Spotify kubasebenzisi e-United States. I-Spotify AB ihlinzeka ngesevisi ye-Spotify kubasebenzisi kuzo zonke ezinye izimakethe.